U STEP MOTHER WAMI UNE MPATHO PART 6

Sex Story, Sex Stories, Izindaba Zocansi novel-cerita-sex.blogspot.com



U STEP MOTHER WAMI UNE MPATHO PART 6

uMamncane uThembi angihlebele ukuthi uzoyovula e front door azenze umuntu obelele ovuka ebuthongweni, athi mina angiphume nge back door ,ngizulise kancane emnyango ngibuye emva kwe khashana sengiwu muntu ophuma kwamakhelwane,ngempela sivumelane, u Mamncane Thembi acoshe iphenti lakhe elibhale u 8 phansi alifake ephaketheni le phinifa,  siphume e bathroom silandelana yena abheke e front door ehamba ezamula ezenza umuntu ovuka ebuthongweni,mina nginyonyobe ngiphume nge back door.

Ngithe uma ngifika ngaphandle ngizwe ngishawa uvalo,ngizithole sengizibuza imbuzo engapheli " AIBO UTHI ANGIPHUPHI  NJE?NGEMPELA IMINA LO OQEDA UKUBHEBHA UMAMNCANE U THEMBI?UMUNTU ENGIMHLONIPHA KANGAKA? UMFAZI KABABA NOKWENZA? yimi lowo ngicabanga lomkhuba esiqeda kuwenza no Mamncane uThembi kodwa into engixakayo ukuthi njengoba ngicabanga ngalento ngizwa umthondo wami uqala phansi ufutheka uze uqine ube ugodo," NGEMPELA INTO ENGIZOYITHINI LE?" ngikhuluma ngedwa.

Ngithe ngisazibuza ukuthi ngempela into engizoyithini lena, ngiphazamiswe izwi lika Mamncane uNomvula liphuma endlini " AWU DADEWETHU USHO KANJANI UKUTHI USBALI AKEKHO EKUBENI KUNUKA IGOLO PHUUUU  NJE LAYI NDLINI ? NGISHO INGANE ENCANE INGEZWA NJE UKUTHI LANA BEKU BHEJWANA" kusho u  Mamncane uNomvula  ngezwi eliphezulu ebuza usisi wakhe, ngivele ngishawe uvalo kakhulu kunakuqala.

" WEH  NOMVULA UTHINI KIMI VELE?UMTHETHO WAKHO USUKA LAPHO OSUKA KHONA UZONGIKHULUMELA UMBHEDO LAPHA KWAMI? YINI NGEMPELA LENA OYISHOYO? ANGITHI UYABONA UKUTHI NGINGEDWA LAPHA ENDLINI, UMTHETHO WAKHO AWUZILE UKOZONGIVAKASHELA UZELE UKUZOKONA UMOYA WAMI? kuthetha uMamncane uThembi.

" XOLA DADEWETHU MINA BENGIZIBUZELA NJE, NGICELA WEHLISE UMOYA, MINA NGOBA NGILANA NGIZOBONA WENA SISI WAMI KADE SAGCINANA, UNJANI KODWA MNTAKA BABA? kusho u Mamncane uNomvula ngoba ebona usisi wakhe esethukuthele.

" NGIYA PHILA SISI, NGIYAXOLISA UKUPHAKAMELWA UMOYA UKUTHI NGIDINWA ILEMBUZO YAKHO EBHEDAYO, WENA UNJANI KODWA MNTAKA BABA? AWUTHI NGIKUBEKELE IZIKHWAMA ZAKHO NGIBUYE NGENZE ITIYE SIHLALE PHANSI SIXOXE" kusho uMamncane uThembi, ngempela akuphelanga skhathi eside ngibezwe sexoxa behlekela phezulu phela vele ngiyabazi bayazwana bobabili.

Ay nami ngiyezwa angisafuni ukuhlala la phandle, "SENGIZULISE KWANELE ,NGIYANGENA ENDLINI MANJE VELE NO MAMNCANE U NOMVULA USEYIYEKILE LE MBUZO ABEKADE EYIBUZA " kusho mina ngenhliziyo ngisondela escabheni,ngempela ngivule ngimemeze ngingakangeni "QO QO QO LAY' KHAYA, MAMNCANE YIMINA SENGIBUYILE" ngizenza umuntu okade ehambile, ngibe ngingena ngibathole behleli kwi lounge bephuza itiye, " AWU I SUPRISE ENGAKA, MAMNCANE NOMVULA KANTI KUKHONA

NAWE LAY' KHAYA, NGAZE NGAJABULA UKUKUBONA,UYAPHILA KODWA MAMA?" yimi lowo ngibuza ngokujabula nokuzimangaza.

"UNJANI SIHLE MFANA WAMI?AWUSAKHULILE NDODANA BUKA NJE USUYINDODA IMPELA,KUYASHO UKUTHI KADE NGAKU GCINA,SONDELA MFANA WAMI UPHE UMAMNCANE WAKHO I HUG" kusho uMamncane  Nomvula ephakama ku sofa.

Ngempela ngisondele kuye angibambe angi hugge eside iskhathi,cha kuyasho ukuthi ujabule impela ukungibona, ayi siqede uku hugg(ana) sihlale phansi abuze indaba ye bandage elisesandleni sami ngempela ngimchazele ngokulimala kwami,sidlule lapho sibuzane impilo kube mnandi bese ngicela  uxolo " AY BO MAMA ANGINGANIPHAZAMISI AKENGINISHIYE NGIYAZI ZININGI IZINDABA ENISAFUNA UKUZIXOXA " kusho mina ngiphakama.

"MANA KE SIHLE MFANA WAMI UNGAKENZI LUTHO NJE,THATHA NAYI IMALI MFANA WAMI UPHUTHUME E BOTTLE STORE UNGITHENGELE OKUPHUZWAYO,NGIFILE UKOMA,NAKHU NO MAH WAKHO U THEMBI ESEVELE UNGIGXINXA NGE TIYE EMINI KANJE ENGATHI NGIWU MFUNDISI" kusho u Mamncane Nomvula ekhipha u R800 eskhwameni .

IYAQHUBEKA