Sex Story, Sex Stories, African Sex Story novel-cerita-sex.blogspot.com
AY LA NGATHI NGIZI LAYILE PART 2
AY LA NGATHI NGIZI LAYILE PART 2
Kusenjalo lomama abambize ngo Nhlanhlo naye aphume angilandele athi uzongibheka ukuthi ngisa ryt yini njengoba sengisele ngedwa, ngimtshele ukuthi ngi ryt kakhulu futhi ngiyaziphuzela angakhathazeki, naye akhale ngokushisa endlini sigcine sesihleli sobabili ku balcony sizixoxela kamnandi sibuka nabantu abahamba emgwaqeni.
Kodwa into engiyibonayo ukuthi usedakiwe lomama futhi uma ekhuluma usenolokhu engithinta, okungenzeka ukuthi yena akanakile kodwa mina iyangiqhanyelisa lento ayenzayo, futhi into engixakayo ulokhu engincoma izinto njengokuthi nginuka kamnandi.
Ngithe nje ngisazama ukususa umqondo wami kulento yokuqhanyelwa, lomama avele akhale ngokudakwa " YOOH ATHI NGITHI UKUSUKUMA KANCANE MFANA'S,NGIYEZWA NGATHI SENGIYADAKWA KE MANJE,FUTHI ANGINANDABA NGISAZOPHUZA NJE ,UYABONA KUMNANDI LANA KE MFANA'S UKUBA SINGLE AKUKHO NDODA EZOLOKHU IFONA IBUZA UKUTHI NGIBUYA NINI " kusho uNhlanhlo ngezwi lokudakwa.
Njengoba ekhuluma ube uyasukuma uphethe iglass esandleni uyongena endlini,lapho mina ngizibukela le sinqa sakhe esikhulu esigcwele lengubo ayigqhokile,ey nami angazi noma sekuyikho ukudakwa ngixakwa indlela umthondo wami osuvele waphakama ngayo nje ngoba ngibuka lomama ehamba edishazela eyongena ndlini.
Uthe esithela nami ngisukume ngethele istiff eglassini ngivele ngisishayele ekhanda ,angithi phela ngizama ukuziqoqa ngiyabona ukuthi uma kunje lomthondo uzogcina ungenzisa enye into,ngempela umangiqeda ukushaya le stiff kuthi dwe kancane nolaka lokuqhanyelwa ngilizwe lwehla kancane,ngikhiphe ifone yami ngibuke iskhathi ngimangazwe indlela esesihambe ngayo iskhathi sekuwu 21h15 u Syanda akakabuyi ulokhu ehambe kuyoshaya u 19h00,ngithi ngizama ukumfonela ngingene ku voice mail ifone yakhe isi off.
Ngizithole senginxapha ngivule ibhodlela, ngithe ngisathi ngiyaphinda ngithela esinye istiff eglassini engizohlala naso phansi,kuphume labosisi abathathu abekade behleli no mamncane ka Syanda endlini bathi sebezovalelisa sebeyahamba umkhwenyana woyedwa kulabosisi usefikile downstairs uzobalanda ngempela bavalelise uNhlanhlo abakhiphe baphume bahambe.
Ngiziqhubekele ngiziphuzele,ngithe ngisacabanga lento eyenziwe uSyanda,ngizwe iscabha sivuleka,ngizwe ngezwi ukuthi ilomama uNhlanhlo ongenayo lapho uyangimemeza "SBONELO MFANAS SONDELA NGAPHA UNGISIZE,NANGU U MAMCANE WENU NO SYANDA USEDAKWE AKASAKWAZI NOKUFIKA EMBHEDENI BUKA NJE USEVELE WALALA KUSOFA ,ANGEKE NJE NGIYEKE UMNGANI WAMI ALALE KABUHLUNGU KANJE ENDLINI YAKHE NOKWENZA,NGISIZE BABA SIMBAMBE AYE EKAMERENI LAKHE" kumemeza uNhlanhlo.
Ngiphakame nginikele khona elounge,ngempela ngithe ngingena ngazithela kwi sbutubutu esifishane esiwu mamncane ka Syanda, ulele uzinekile kusofa,lapho nengubo ayiqhokile isivele yanyuka yaba mfishane yaphenduka iscebhe ,lamathanga akhe ebengikade ngiwahalela asevele ahlala obala, "KHULULEKA MAM' NHLANHLO NGIZOPHAKAMISA UMAMNCANE NGIMHAMBISE EKAMERENI ,NGICELA UNGIKHOMBISA UKUTHI LINGAKUPHI" kusho mina ngibona uNhlanhlo engibuka engakholwa ukuthi ngempela ngingakwazi ukuqukula isbutubutu esiwungani wakhe ngingedwa.
Ngempela ngivele ngimphakamise kalula umamncane ka Syanda ahlale ezingalweni zami,kuphele ukungabaza ku Nhlanhlo avele ahambe phambili eyongikhombisa ikamera lika mngani wakhe,nami ngiyamlandela ngiphethe isbutubutu umngani wakhe ngathi ngiphethe i slender kanti cha ngiphethe i "FULLY LOADED " uqobo lwayo ngize ngimbeke ebhedeni wakhe ngishiye u Nhlanhlo esamkhumula izicathulo ngibuyele phandle kwi balcony.
Lapho ngoba ngiphuma ngishesha ngenzela ukufihla lomthondo wami osuvele waqala phansi ukuqhanyelwa njengoba bengiqukula umamncane ka Syanda obesekufana nokuthi akaqhokile phela lokhu okuyingubo ayigqhokile besekunyuke kwaze kwa balancer phansi kwe sinqa.
IYAQHUBEKA