AY LA NGATHI NGIZI LAYILE PART 1

Sex Story, Sex Stories, African Sex Story novel-cerita-sex.blogspot.com


AY LA NGATHI NGIZI LAYILE PART 1 

 Igama lami u Sbonelo ngine minyaka ewu 24 ubudala,ekhaya kuse Thekwini e Nanda newtown A, ngo August kulonyaka ngibe ne nhlahla ngathola umsebenzi kwenye yezinkampani la Richardsbay ,ngihlala e flethini khona la e town, kahle hle sihlala sibabili la eflethini eliwu 2 bedroom no munye emfowethu igama lakhe u Syanda okuwuyena engimthole khona engimfice khona la e flethini futhi siyezwana impela ngingasho nje ukuthi sesingabangani. 

 U Syanda uno mamcane wakhe naye uhlala kwelinye lama flat eliseduze kwaleli esihlala kulo,kuthe ngomhlaka 25 September kuwu mqibelo ntambama ngabo 4 ngiphuma emsebenzi uma ngifika eflethini ngihlangana no Syanda ephuma, athi uya eflathini lika mamncane wakhe khona la eduze bamcelile ukuba azoba shisela inyama,kune get together nje engatheni, umamcane wakhe nabangani bakhe, angicele ukuba ngimphelezele aaaaààkwazise abantu besfazane kuphela abakhona lapha phambili unqena ukubhoreka,ay ngempela nami ngivume vele anginama plan's, angilinde ngigeze ngi refreshe mase siyahamba.

 Ngempela sithe sifika kuleli flat kunjengoba u Syanda echazile, sifica endlini kugcwele abantu besfazane bodwa , nje kumnandi bazihlalele e lounge bayaziphuzela abana stress futhi uyabona nje ukuthi badala labantu, bajabule uma besibona singena, vele u Syanda bonke bayamazi so nami angazise kubona ku grand, siphume no Syanda siye ku balcony lapha esizo braai khona,sithe sisaqala sibasa umlilo aphume u mamncane ka "NAZE NASIZA NAFIKA BAFANA BAMI ,ANGAZI BESIZOKWENZJANI UKUBE ANIKHO, MANJE SYANDA UBUNGASHO NGANI UKUTHI UZOZA NOMNGANI WAKHO UKUZE NAYE EZOTHOLA INTO AYIPHUZAYO" kubuza umancane ka Syanda esho ebeka bhodlela le Jameson ne 12 pack ye Windhoek eduze kwethu , ngivele ngiphendule kuqala "KHULULEKA MAMA UYISHAYE KHONA NGE WINDHOEK VELE MINA NGIPHUZA YONA" kusho mina,ngibe ngikhipha eyodwa ngiyivula.

 Baqhubeke uSyanda no mamcane wakhe baxoxe, angazi nokuthi bathini ngoba mina sengilokhu ngibuka umamncane ka Syanda ngendlela ayisbutubutu ngayo,phela sekuvuka nokukhohlakala kwami njengoba elokhu egoba edunusa esondeza inyama mina ngimcabanga sengimu feeda umthondo,kusenjalo ngithuswe izwi lika mamncane ka Syanda " Sbonelo mfanas u ryt kodwa? ubukeka ukude ngomqondo" kubuza yena uncane ,ngithuke kuze kuchitheke ubhiya lo engiwuphethe " Ayi ngi ryt mama" kuphendula mina, ngize ngizikhuze nakhu nomthondo wami usuwugodo ngihalela umuntu omdala.

 Kusenjalo aphindele endlini umamncane ka Syanda kubangani bakhe, sisale thina ku balcony siqhubeke nokubasa umlilo, sishise inyama ngapha siyaziphuzela ,nami ngiyezwa ukuthi sengiqala nokukhululeka, kodwa u Syanda ngathi akasekho ryt ulokhu ebusy nefoni futhi sengikhuluma ngedwa akasanginakile kodwa ngingambuzi ukuthi kwenzenjani, ngikhiphe inyama kwi braai stand ngiyihambise ngifike ngiyibeke phambi kwabo,nami ngihlale phambi kwabo ngibe ngiqala ngiyiqoba bengakaceli, bajabule, lomama engihleli maqondana naye avele esho kuqala " YES BOI YENZA NJALO KE INDODA ,UYABONAKE WENA MFANAS NGATHI MINA NAWE SIZOZWANA NGOBA UYAKWAZI UKUPHATHA ABANTU BESFAZANE " esho ebe engibuka emehlweni nami ngimbuke kancane ngiqhubeke nokuqoba inyama , bavele bahleke bonke, kusenjalo ngizwe ngomamcane ka Syanda esekhuza " AIBO NHLANHLO PHUMA NJE LAPHO INCANE KABI LENGANE" baqhubeke nokuhleka nami ngiqobe ngize ngiqede ngibuyele ku Syanda. 

 Sithe sisaqhubeka noku braai enye inyama no Syanda ngimuzwe esethi " EKSE SBONELO MF2 NGICELA I FAVOUR NGISAPHUTHUMA KU NOZI NGIZOBUYA NGIYACELA USALE UQHUBEKA LANA " , ngixakeke ukuthi lomjita engangishiya ngedwa lana ekubeni bengiphelezela yena kodwa ngoba vele angijahe lutho endlini futhi ngiyaziphuzela ngivume " OKAY MJITA AKUNANKINGA KODWA USHESHE UBUYE MF2 UYAZI MINA NGIZE NGAWE LANA" kusho mina.

 Ngempela aphume esegijima ngisale ngiqhubeke nokushisa inyama ngivule ne Jameson ngiziphuzele,lapho endlini sekunomsindo bakhulumela phezulu bayadansa kuvele kungicacele ukuthi ngathi labomama sebedakiwe kodwa nginganaki, ngibahambisele enye inyama ngifike ngiyibeke phezu kwetafula ngiphume, kusenjalo lomama abambize ngo Nhlanhlo naye aphume angilandele athi uzongibheka ukuthi ngisa ryt yini njengoba sengisele ngedwa, ngimtshele ukuthi ngi ryt kakhulu futhi ngiyaziphuzela angakhathazeki, naye akhale ngokushisa endlini sigcine sesihleli sobabili ku balcony sizixoxela kamnandi sibuka nabantu abahamba emgwaqeni.

 Kodwa into engiyibonayo ukuthi usedakiwe lomama futhi uma ekhuluma usenolokhu engithinta, okungenzeka ukuthi yena akanakile kodwa mina iyangiqhanyelisa lento ayenzayo, futhi into engixakayo ulokhu engincoma izinto ezingasile njengokuthi nginuka kamnandi. 

IYAQHUBEKA