Ngambhebha umfazi kababa

Ngambhebha umfazi kababa - Hhiya bathakathi bansondo,ngixolise ngokuthatha iskhathi bengimatasa,salala noThoko nalapha wabese esethi sekumele ehambe,yaba buhlungu inhlziyo yami kwakungathi kunenxenye exebukayo kimi,kodwa ke kwakumele ahambe,ngathatha lelothuba ngabonga ngakho konke angenzele khona"bekungelutho Lucky futhi ke nami bengingazenzi bengiqhutshwa uthando"ngabonga ngase ngithi kuye ngiyamuthanda futhi akukho okuyoshintsha lokho"ngiyakuthanda nami Fuze ngenhliziyo yam yonke"ngasukuma ngayomuthelela amanzi wageza waqeda wase ethi angihlale celeni kwakhe embhedeni,nangempelangahlala wase ebamba iisandla sami wase eqala"Lucky ngiyakuthanda kakhulu futhi sengibonile nokuthi angeke ngisakhona ukuphila ngaphandle kwakho,kodwa angeke ngaphumula emphefumulwen wami ungakhulumile noZanele ngiyakucela Lucky ngiyazi inzima lento engikucela yona kodwa ngiyakucela Mashiya mahle"cha wayenendlela yokungithonya uThoko ngavuma wajabula wanganga wayesecela indlela sasukuma sangana eside iskhathi wayese funa nokukhala ngamthembisa ukuthi ngizomubona maduze nje,waphuma wangena emotweni yahlehla ngayibuka ize iyosithela kwahlwa kwasa kwaba ulwesine ngazijuba ngabhalela uZanele umlayezo kule number ayengisendele ngayo I sms ngamubingelela kuphela ngoba ngingazi ukuthi kwakungeyabani leyo number emva kwemzuzwana waphendula"kunjan Lucky?"Ngaphila ngase ngibuza ukuthi ngingamufownela na?wavuma nangempela ngamushayela walumukela ngephansi I voice sabingelelana saphilelana kodwa ngezwa ukuthi akekho kodwa Yena wathi ukahle,ngase ngicela ukuba sibonane uma engakhona"akunankinga mina ngi free bengicele lonke leliviki emsebenzini ngiyoze ngingene ngomsombuluko"ngase ngithi ngingeza ngomgqibelo singadibanela ndawana thize"no Lucky angeke nje kulunge angithandi ube sencupheni mina ngizofika lapho ngomgqiibelo uma ungenankinga,ngingafka ekuseni ngijike ntambama"ngabonga ngase ngibuza ukuthi uzothi uyaphi esokeni lakhe?ngoba phela angifun ukumufaka enkingeni,wake wathula wase ephendula ngel ipholile izwi"angisahlali naye Lucky ngihlala kumama manje so angeke kube nenkinga"ngamuzwa ukuthi akekho kahle uZanele nasemathanjeni ami kwakukhona lokho futhi,ngabese ngithi akunankinga ke sobonana ngomgqibelo.lathi seliyozilahla kunina ngabizwa ubaba,engitshela ukuthi bazohamba ksasa baye kwababomkhulu wami,kunomshado uzohamba nomama no cc wami so ngizobe ngingedwa lapha ekhaya,angibanga nankinga futhi ngajabula ngoba uZanele wayezofika bengekho angithandi abazali bam babone ngathi angibahloniphi ukuthi namuhla babona lobu ubuso ksasa ngobunye.kwasa kwaba ulwesihlanu nangempela bahamba obaba,ngamtshela noThoko ukuthi uZanele uyeza lana ksasa ngoba wenqabile ukuba ngize lapho mina"usengitshelile sthandwa,kodwa wena ubufuna ukuzozibulalisa?"Ngathuka ngizwa elokuthi uZanele usemtshelile,wezwa naye ukuthi ngiyethuka wase ethi"benginaye izolo and Lucky ngicela ungamuxini ngemibuzo umngan wami bandla,ubezocela ukuthi ngize naye ngoba esaba ukubhekana nawe kodwa ke lena ifuna nin a nobabili,and ngiyacabanga uzolapheka umngani wami emva kokuba nibonene,so plz sthandwa sami dnt b hard on her"

ngavuma kodwa ngangizwa ukuthi uThoko ungifihlela utho,savalelisana wafika umgqibelo ngasheshe ngavuka ngahlanza kahle indlu yami ngase ngiyogeza imoto ngangisematasa ngigeza imoto wathushuka uZanele wangena wapaka ngaxakeka nje ukuthi uvuke nini?ngoba phela kusasekuseni manje,ngasula izandla ngaya ngasemotweni yakhe nganginovalo engangingalwazi ukuthi olwani,wasivula iscabha waphuma ngezwa ngidabuka uma ngimubona eshayekile egazini uZanele kwakungesiyena lona engimjwayele nakuba wayengehlile kangako kodwa wayebonakala uma umazi kahle,ngaafika kuye wahlengezela izinyembezi ngamubamba ngamanga eside iskhathi ekhala ehlombe lami ngase ngimubuyisa ngaphambili ngimusula iziinyembezi,ngathi kuye angakhali asambe ake ayocambalala kancane kufuze ukuba ukhathele safika endlini ngamcela ukuba angasho Lutho akaphumuze izinhlangoni wabonga enamahloni futhi umubona ukuthi ubuhlungu,w akhumula wasala ngo bra ne penty wambatha ngalokhu kokundlala okulula ngoba kwakufudumele,ngamshiya ngayoqhubeka nokugeza imoto ngaqeda ngahlala phansi komthunzi wesihlahla lapha kukhona khona izitulo netafula lensimbi okusazisefo.ngangingazi ukuthi ngiqale ngithini kuZanele ngiyacabanga laphela ihora nesgamu ngibulwa imicabango ngabona ngaye eseza ngakimi ehudula ophaca bami wafika wahlala esihlalweni esingaphambi kwesami,ngabuza ukuthi usephumule ngokwanele njalo?"Akufani khona ngiyabonga nokunginika ithuba lokuphumula.ngabe sengithi ngisayomthelela okokuthiba ukoma,ngabuya nakho wabonga wase eluqala udaba"unjan kodwa Lucky angitholanga nethuba elikahle lokukubingelela"ngaphila ngabuza yena"ngiyancenga nami khona sengincono akusafani impela"ngabona ukuthi kukhulu okumdlayo uZanele kodwa ngakhetha ukungamxini ngemibuzo uzobhodla yena uma esethanda"Lucky ungibona nje nginjena ngihlezi ngibambe izinyembezi ngezinkophe yingoba mhlawumbe namuhla ngabe angihleli nawe kanjena ngabe ukoyise mkhulu bakho ngenxa yami,kungenxa yami ukuthi ucishe waphuma umphefumulo ngangazi ukuthi uzohlaselwa nakuba ngangingalwazi usuku kodwa kwakumele ngikutshele kumane kufe mina"wayeseqala ekhala ngamubamba izandla ngathi kuye akakhululeke ngiyayiqonda incindezi ayekuyo futhi nanoma ngubani uyayisabela impilo yakhe so mina anginanzondo naye yikho nginqume ukuthi ngibOnane naye sindlulise leligazi elibi phakathi kwethu"ngiyabonga Fuze inkosi engathi ingakulonda ikubusise ngakho konke okufisayo,angazi ngingakubonga ngani"ngavele ngathi kuye angangibonga ngokuthi asule izinyembezi bese eya kozilungisa ngoba ngifuna ukumukhipha,wazisulaizinyembezi kodwa esabibitheka ngasukuma ngamusukumisa naye ngamanga ngase ngimudonsa ngengalo siya endlini ngayothela amanzi okugeza ngageza yena engi ayinela engangizokugqoka futhi nguyena Owakukhetha,saqeda saphuma sahamba safika edolobheni wakhetha indawo saya khona safike sahlala sadla sixoxa kumnandi,ngamubonaa esethule ngabuza ukuthi kwenze njan?"Ungixolele Fuze ukuthi nje bengingazitsheli ukuthi ngiyoke ngihlale nawe futhi kanjena emva kwalento eyenzekile"ngathi kuye akajabulele ukuthi nakhu kuyenzeka,sadla saqeda saphuma ejabule ubona uk

uthi mkhulu umthwalo osuke emahlombe akhe sazula edolobheni kumnandi kudelile saya nase paki sigijimisana kunjeyaya,lathi seliya ngomtsha wendoda sahamba sibuyela ekhaya injabulo iphuphuma kwangijabulisa ngenye indlela ukumubonaa ejabule kanjeyana,safika ekhaya seliyozilahla kunina sama ngaphandle ekhanyiswa imisebe yokushona kwelanga kwangibuyela bonke ubuhle bakhe suka ingane kaMangethe madoda"Lucky ngibonga angiphezi namanje ngizohamba ngenhliziyo egezekile ngicela umuphathe kahle uThoko uyakuthanda futhi ke nami ngisayomubonga uma ngifika ngoba ngiyolala kwakhe futhi ube insika empilweni yakho ngezinkathi zobunzima waphinde Waba ikhubalo emphefumulweni wami angazi uyenze njani lento kodwa ukwazile ukuba khona kithina sobabili ngenkathi sindinga umuntu"kwangidida lokuzwana kwa ba nokungakhwelezelani kwabo.yize isimo sinjena kodwaa kufanele kube khona oba neskhwele phakathi kwabo kodwa bona benza ngathi akwenzakalanga lutho nje,ngamanga ngabuye ngamudedela sama sabukana emehlweni sengizwa negazi lami lifudu mala ngayisa ubuso kuye ngamuqabula kodwa washeshe waqhela"Lucky kumele ngihambe ngiyabonga ngibe nosuku olumnandi"ngathi kuye asikho isidingo sokuthi ahambe ngoba sekuhlwile angavukela ksasa ahambe"kumele ngihambe Lucky ngithembise uThoko ukuthi ngizolala kwakhe ksasa sivuke sizikhiphe kade sagcina ukuzijabulisa phela bengisegibhithe mina"wayenekhanda eliqinile ke vele uZanele ngamudedela wangena emotweni yakhe ngoba sasihambe ngeyami ukuya edolobheni,wangena kweyakhe ngamubuza ukuthi uyahamba ngempela?"Kumele ngihambe Lucky ngibongile"washo ekhanyisa izibani ehlehla ngayovala isango ngaya egumbini lami,ngaziphosa embhedeni ngashayelwa uThoko ngaluphendula"sthandwa sami unjan?kodwa kungani uvumele uZanele ahambe sekuhlwe kanjena?"Ngamtshela ukut hi ngizamile ukumnqanda kodwa wathi mele nenze utho ekuseni kanti ke futhi unekhanda eliqinile"kodwa Fuze bekumele uzame,mina ngimtshelile ukuthi akajike angazi ke noma uzojika,angithi uwedwa kini so indawo inengi"savalelisanaakuphelanga mizuzu mingakhi ngezwa ngocingo kanti uye uZanele ngaluphendula"ngicela ungivulela isango"ngaphuma ngayolivula wangena ngalikhiya wapaka waphuma sangena endlini ngavala umnyango ngaphendukela kuye ngamubamba okhalweni ngamuqabuza wamukela sakusaba ngangama ngaluphosa lwagamanxa ulwimi ngamuzwa ephefumulela phezulu ngezwa iwela phansi I hand bag nezikhiye zemoto,sadudulana engiphuthuma nami ngimuphuthuma lasala phansi ihembe lami ngezwa kuqaqeka ibhande ngezwa engiphulula umthondo osuqinise okogodo,ngayiphakamisa ingubo waphakamisa izingalo yaphuma ngenhla ngamuqaqa u bra ngokushesha sobabili siphefumulela phezulu lehla ibhulukwe lahlala emaqakaleni ngabe ngiphulula isibumbu esiqumbile epentini"mmmmm mmmmmm mmmmmm Lucky bbe aaaahhhh ku wrong kod wa ngabe selugudluzele eceleni I penty umuno uphakathi embobeni yena esetswininiza ebheke phezulu,ebitoza ukuqhanyelwa ngamehlisa I penty waleqa ngamuphushela esicabheni"owww God Lucky sthandwa mmmmm oooowwww lv"lapha ngidlaalisa u bean osuqhoshe ngathi uyabona ukuthi uyathola namuhla ngezwa engigxavuna umthondo maqede wayehlisa I under nayo yahlala Emaqakaleni wawudlwabuzisa kwathi angizule wadangalaza esevevezela ngamuphendula wangifulathela ngamuvula imilenze ngezwa engibamba Umthondo ngesandla esiqhamukisa ngaphansi wase wathi Ukugoba wawufaka langena ikhinqi ngezwa kushisa kakhulu ngawuphusha mawala"owwww Fuze ungangilimazi Baba plz bbe"ngabe ngiqala ngifendaa ungene uhalf lapho akasakhali kanjena ngavusa wama waqonda Wanamathela esicabheni ngamabele ngase ngimkhuphula Ngomthondo ngize ngicokame naye"ow wemah Lucky Lucky mmmmm ssssshhhhh"lapho sewungene wonke usuvinjwe amasende,ngabuye ngamudonsa walipheqa iqolo ngimubambe okhalweni iphumeyonke ingquza ngaba ukudlalisaa u bean ngesinye isandla wadazuluka ngezwa eqhaqhazela kakhulu ngezwa kwehla amanzi ngemilenze yami"mmmmm ooowwww Noooooo bbeeeeee"ngaamuzwa engathi uphelelwa amandla ngawubhonsula ngakhumula izicathula ngakhipha nebhlukwe ne under ngamudonsela embhedeni walala ngomhlane ngangena emathangeni ngawuphisela ngamufenda sakumgubha wadonsa amashidi esephuma nezinyembezi sasekhala sobabili ngezwa ukuthi sekufike ekugcineni ngamugovuza ngezwa enginkonkoshela ngasidedela sonke isidoda engquzeni yakhe wanginkonkoshela.amen baloyi,uyeza u part 14
Ukususa isichitho Ukuchazelwa amaphupho Umuthi wemali Isiwasho sokubuyisa isithandwa Ukuzalwa wembhethe Ukwenza inkomo ibe tight